NAKUBA ezame kaningi ukugwema ukunconywa ngempumelelo yakhe kwi-Orlando Pirates kusukela efikile umqeqeshi wayo, uJose ...
AKAZIBONI exolela owayeyintombi yakhe eyazama ukumbulala owesilisa, eyamchathisa nge-acid ithi isiwasho, yamphuzisa yona ngenkani, yagcina imbhunyela ngayo ibona ukuthi akafi, wabucuka ubuso nomzimba.
NAKUBA ikushayela elikhulu ihlombe ukudutshulwa kwezinkabi eziqotha abemboni ngamaphoyisa i-South African National Taxi Council (Santaco), kodwa ifisa sengathi kungakhona noma oyedwa osalayo ukuze ...
UDeli ubhale ekhasini lakhe kwi-Facebook ebonga ukuxhaswa abalandeli bomdlalo selokhu waqala. “Usuku lwethu lokugcina. Siyabonga bantu bakithi, nisithandile kulo mdlalo. Sinithanda ngothando luka-LOVE ...
I-DA isidonse ngendlebe abantu bakuleli ukuba baqhubeke nokulwa nezinhlelo ze-Eskom zokunyusa ugesi ngemali eningi ngoba le nkampani imosha imali.
IMEYA kaMasipala waseMhlathuze uMnuz Xolani Ngwezi ithi ukwakhiwa kwenxanxathela yezitolo eqanjwe ngoMntwana uMangosuthu ...
OWESIFAZANE ukhihle esikaNandi elahlwa yicala lokuzama ukubulala isoka alichatha, waliphuzisa waphinda walibhunyela nge-acid oThongathi, eThekwini.
UJATSHULISWA wukuthi usenesithombe esingcono sokuthi iqembu lakhe liqine kuphi futhi lidinga ukuthuthuka kuphi umqeqeshi ...
UKUDLA izicoficofi, noshukela ngesikhathi ukhulelwe kungaholela ekutheni ingane ibe nezifo ezingamahlalakhona ezihambisana nendlela odla ngayo uma isikhulile.
UKUBONA isinqumo sabo sokusebenzisana emculweni sithela izithelo ezibonakalayo futhi sibachumisa kule ndima kwenze amaciko ...
Umyeni kaMfundisi Siphelele Khumalo (40), ohola ibandla iHope of Christ, uthe uma eceba unkosikazi wakhe esigungwini sebandla ...
• Ukubuyekeza isikweletu yinto ongayibheka kodwa kuya ngesimo sakho. Ungaya ebhange nibonisane ngokuthi selulwe isikhathi ...