UDeli ubhale ekhasini lakhe kwi-Facebook ebonga ukuxhaswa abalandeli bomdlalo selokhu waqala. “Usuku lwethu lokugcina. Siyabonga bantu bakithi, nisithandile kulo mdlalo. Sinithanda ngothando luka-LOVE ...
I-DA isidonse ngendlebe abantu bakuleli ukuba baqhubeke nokulwa nezinhlelo ze-Eskom zokunyusa ugesi ngemali eningi ngoba le nkampani imosha imali.
NAKUBA ikushayela elikhulu ihlombe ukudutshulwa kwezinkabi eziqotha abemboni ngamaphoyisa i-South African National Taxi Council (Santaco), kodwa ifisa sengathi kungakhona noma oyedwa osalayo ukuze ...
UKUDLA izicoficofi, noshukela ngesikhathi ukhulelwe kungaholela ekutheni ingane ibe nezifo ezingamahlalakhona ezihambisana nendlela odla ngayo uma isikhulile.
IMEYA kaMasipala waseMhlathuze uMnuz Xolani Ngwezi ithi ukwakhiwa kwenxanxathela yezitolo eqanjwe ngoMntwana uMangosuthu ...
UJATSHULISWA wukuthi usenesithombe esingcono sokuthi iqembu lakhe liqine kuphi futhi lidinga ukuthuthuka kuphi umqeqeshi ...
UKUBONA isinqumo sabo sokusebenzisana emculweni sithela izithelo ezibonakalayo futhi sibachumisa kule ndima kwenze amaciko ...
OWESIFAZANE ukhihle esikaNandi elahlwa yicala lokuzama ukubulala isoka alichatha, waliphuzisa waphinda walibhunyela nge-acid oThongathi, eThekwini.
NJENGOBA sekubalwa amasonto ngaphambi kokuthi kube wuDisemba, lapho abantu abaningi bazobe bengena indlela, kwaMercedes-Benz bethule ubutsetse bebhasi iV-Class V300d Exclusive ethuthukisiwe. Leli ...
• Ukubuyekeza isikweletu yinto ongayibheka kodwa kuya ngesimo sakho. Ungaya ebhange nibonisane ngokuthi selulwe isikhathi ...
Umyeni kaMfundisi Siphelele Khumalo (40), ohola ibandla iHope of Christ, uthe uma eceba unkosikazi wakhe esigungwini sebandla ...
UMDIDIYELI wamabutho, uNkosikhona Ndabandaba, odume ngelikaPhakelumthakathi, ukhala ngokuvezwa kabi njengomuntu ozonda abantu abathandana nabobulili obufanayo, emva kokuxabana nabaculi bakamaskanda ...